Auria Salt

Auria Salt Leli tswayi lisiza ikukhipha imimoya emibi neschitho.livikela umuzi wakho kokubi,libiza nemali.

24/09/2023

Oyifunayo I Auria salt Soxhumana Ku WhatsApp (072 234 9901) ngomuholo wo Enzo ngihlale ngikhona❤️

24/08/2023

Molweni Ngosuku lokuhola o Enzo ngizobe ngiKhona😊❤️🥺

02/08/2023

Ngikhona Bo ngase posini

01/08/2023

Ngicela abasebenzayo bengangicasukeli nge Auria salt bezame ukushiya Imali kubantu ababathembayo ngoba NGO 12 liyaphela 🥳mabeshiye Imali kuzoba Lula ngiqale ngabo😩 first come first serve (bathi abantu Imali iyafana ubekela abanjani )🙆

31/07/2023

Molweni. Njengamanje ngino blue

Black >Susa izinto ezimbi ezisendleleni yakho,susa moya omdaka;susa amasha,umgqwaliso,amaphupha amabi.

Pink>Wenza ucaceleke abantu bakuthande.(attracts love nd kindness)

Yellow > uba uyathengisa awubhatalwa or business yakho ayihambi kakuhle,xa ungumntu onemali ephelela ezandleni ungayazi uyenzeni iyanceda.(for money nd business)

Blue>Ulwisana nezitha zakho,susa isichitho.(fights enemies nd izichitho).

Purple >susa isimnyama sophunyelwa sisisu naxa ukhuphe umntana.(Helps to cleanse your miscarriage and abortions)...

30/07/2023

Khona abakhalayo nkosyami ngokuthi kusasa angisezi 🥺akuhluphi guys Uma uya kusasa ungashiya Imali kumuntu ose town omaziyo mina ngizofika ngeyi 2 ngyomshiyela i Auria salt yakhe🤝kubalula Laba abasuke beshiye Imali ngiqala ngaboR40 lilodwa

29/07/2023

Ngisacela ukungezi Monday guys abantu abaningi bazoza ngezi 2 ❤️ngixolise kakhulu kulaba ebesengiba thembise I Monday 🤝

29/07/2023

I Massage eqhamuka Ku inbox ungixolele bhuti ngokuyibhala Lana ukuthi ngyajabula makukhona ababuyayo bezobonga ❤️😊

Sawubona Sisi ngiyabonga kakhulu ngokungisondezela I Aura salt bengihlezi ngizwa ngayo nangemisebenzi Yayo nokuthi uyisebenzisa kanjani

Mina uyazi ukuthi Ngosuku engathenga ngayo angibuzanga lutho Ngoba ngase ngazi ngayo

Ngike ngageza ngayo ebusuku before ngilale ngamanzi abandayo njalo ngesikhathi esisodwa ngacela konke engikufunayo benginokulala nesilwane Kodwa asisekho kumanje ngikhuluma ngibiziwe emsebenzini wami engase ngixoshwe kuwo 🤝(shuthi isona leslwane ebesingivalela izinto)

29/07/2023

Ngisacela ukubona abafuna ngibaphathele I Aura salt Monday umuntu Asho ufuna ngaki ngingathi sengifikile ebethe ucela 1 kuyaba usethatha 4😁
Ngizogibelela nento ekhona ngazeli abantu ababili❤️ nikhumbule R40

Ngitholakala ngase posini

28/07/2023

Molweni nanka ama date engizoba khona ngawo e town ngiphethe I Aura salt R40🥳
July 31- Monday
August 02- Wednesday
August 07-Monday
Ningixolele Ngosuku Lo Enzo ngizobe ngingekho nakulokhu 🙌nikhumbule first come first serve 🥺💃ngo 1/12 isikhathi ngisuke ngingasekho seliphelile 🥰ngibonga I support 🤝

Mufuna ukwazi kabanzi follow I page le Auria salt

24/07/2023

Lelitswayi lisiza ekuvikeleni imimoya emibi ,livikela umuzi wakho lisusa amathunzi amunyama livula izinhlanhla libiza nemali

Uma ulisebenzisa uyagquma ngalo ugeze uphalaze🥺❤️

Address

Ladysmith

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Auria Salt posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share