Ukuphila Wellness Centre

Directions Website Contact the business

Ukuphila Wellness Centre Wellness Centre-Providing strictly organic natural medicine and creating awareness on healthy living.

27/10/2026

Namhlanje sidingida udaba lika gogo ona 64 iminyaka osegule isikhathi eside kakhulu ehlushwa iqolo amanyonga imilenze ebuhlungu, imsipha egoqanayo ibe buhlungu imilenze ikhathale ibqaqambe inkenkethe ibe numb abuye engayizwa imilenze...wenziwa operation 2018 kodwa izinhlungu azikaze zimdedele

21/10/2026

Uma unohlangothi olubuhlungu, olundikindiki, l**e nenkwantshu, lukhathale uhlangothi uthole ukuthi uzizwa uphelelwa amandla, imlenze usinde ingalo ihluleke uksebenza iqaqambe ibe buhlungu uthole ukuthi usuhlulwa nawukubamba into uqinise shuthi usunyonyobelwa istroke... lesifo isifo eilapheka kalula

17/10/2026

inkwantshu, ukuqina kwemsipha
amajaqamba, ukudonseka kwemsipha
usindwe amahlombe, kube buhlungu
izinyawo zivuvukale kuze kube
buhlungu nezithende zishise
zibuye zibande futhi izinyawo.
kudonseke imsipha entanyeni
usindwe amahlombe uzithole
usuphathwa yikhanda elingapheli,
isiyezi uzithole usungumuntu
okhohlwa ngisho yinto ayiphethe
ngesandla

15/10/2026

nabu ubufakazi bosizo
lwe sciatica nerve pain
elashwa icombo yethu ka
R1013 ebizwa nge sciatica
nerve combo...lesifo is
characterized by a reccurring
shooting nerve pain eyehla
ngomlenze kusuka esinqeni
kuya esthendeni, kuhambisana
nenkwantshu, ukuqina kwemsipha
amajaqamba, ukudonseka kwemsipha
ubuhlungu bezinyawo, zivuvukale
kube buhlungu nezithende,
zibuye zibande futhi izinyawo

09/10/2026

imhlume yesbeletho phecelezi
ama uterine fibroids.

heavy menstrual flow
longer than normal menstrual
bleeding, a feeling of pain
& pressure esbelethweni,
uphelelwe imizwa, kube buhlungu
mawuhlangene nobaba wekhaya
islumo esingapheli, igazi elimnyama
namahlule amnyama
kuphambane ngisho idate
yakho yokungena endaweni yakho

06/10/2026

Izinyawo ezibuhlungu, ukuqina kwemsipha, amajaqamba, ukudonseka kwemsipha entanyeni usindwe amahlombe ukvuvukala kwemilenze nezinyawo, zibe nenkwantshu, zishise noma ,ibande izinyawo ukhathale noma uvuka ekseni uzwe isbhobho esihlaba ngenhla kwebele ngaphansi kwalo ngasezi mbanjweni bese siphumela ngemuva esphangeni.

02/10/2026

Gastric reflux, ukshisa kwesifuba siminyane sibe buhlungu, ube negwebu elehla lenyuka esfubeni likume emphinjeni ugcwale undende zamathe ezimuncu ezibababyo ezine taste engajwayelekile unciphe nasemzimbeni bese uba nosi oluphephezelayo emphinjeni sengathi ungakhwehlela ukuze uzokwazi ukulisusa. Ungabe usakuthandisisa kahle ukudla u zithole uzuncipha nasèmzimbeni ewhatyoueat

29/09/2026

Uma umz imba ubuhlungu uqaqanjelwa unkenkethelwa amalungu omzimba, kube buhlungu izinyawo zivuvukale zize zigqunqe, ubulawe inkwashu, ukubopha nokudonseka kwemisipha uze uphathwe amajaqamba zishise kakhulu izinyawo zibuye zibande kakhulukazi uma ulele ebsuku urhole ukuthi ekseni azisabekeki phansi...Uma unenkinga enjalo yazi ukuthi

22/09/2026

ulcerative colitis
inkinga yokuqunjelwa, isisu
sigcwale umoya ubopheke,
usongelane uma uya endlini encane
kuphume umoya wodwa
imsimbana noma ukhiphe okuqine
njengestini, kube buhlungu kakhulu
indle iphume kanzima, uze ukhanule
kakhulu ikudabule upopo
kuqhamuke ama piles

12/09/2026

uma unesisu esibuhlungu uthole ukuthi siyaqumba sigcwale umoya usongelane uma uyozikhulula ukhiphe umoya wodwa ukhiphe imsimbana nomanukhiphe indle eqinile sengathi istini thola nansi icombo ka R782

Address

30 Ingcuce Road
Durban
4001

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:00
Tuesday 08:00 - 16:00
Wednesday 08:00 - 16:00
Thursday 08:00 - 16:00
Friday 08:00 - 16:00
Saturday 08:00 - 13:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukuphila Wellness Centre posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ukuphila Wellness Centre:

Shortcuts

Share