Izangoma Flagstaff/Lusikisiki and PSJ

Izangoma Flagstaff/Lusikisiki and PSJ what can we do as African healers to improve our healing

21/08/2026

Ndikhona APHA eKomani

03/06/2026

Ngiyathanda ukudedela ama recipe omvusanduku. Ngiya understand ukubaluleka kokwenelisa umuntu wesmame ekamelweni. Sama doda kuningi okudala ukuthi ubhoko lwesisu lugcine lungasa sebenzi ngendlela:

Utshwala, ugwayi, ushukela, intashi, etc... Zonke lezinto zifike zingcolise igazi, okunye kudale izilonda ngaphakathi, kuvaleke nemithambo yegazi. Ngeke ke ungashayi u1 okhathele ulale lapho. πŸ˜… Yingakho kubalulekile ukuhlale uhlale u*i service.πŸ‘¨πŸΎβ€πŸ”§

Lana senza imbiza ngama ingredients amathathu nje vo:

1. Icena. Icena yiloku okusa nhlaba okubona esthombeni, sengikomisile. Kodwa uma ubuka esthombeni yikona loku okuhlaza kwi background okunama gqabhagqabha amhlophe. Lo umsebenzi wakhe uku cleaner konke ukungcola okusemzimbeni. Kwi system yakho nje. βœ”οΈ

2. Impande yo Mviyo. Umviyo isihlahla esimila ehlathini esikhiqiza isithelo esibizwa nge tulwa. Kmele uyomise nayo impande kqala. Lo umsebenzi wakhe ukushisa izilonda ngaphakathi, uvula nemithambo yegazi. βœ”οΈ

3. Itshe Lomgodi/Alam Stone. I-Alam Stone ilama qhuzu amhlophe owabona esthombeni. Lo yena umsebenzi wakhe ukudonsa amanzi emzimbeni. Ngesikhathi Icena li cleaner, wonke lowo doti uyaqoqana in a liquid form, nodoti wezilonda ezishiswe umviyo uhlangana nalamanzi, I-Alam lizobe selidonsa konke likukhiphe ngaphandle. βœ”οΈ

Yenziwa kanjani le mbiza?πŸ₯Ή

Thatha icena elomile, wenze amahlanvu amabili noma amathathu, uthathe izimpande eziqotshiwe zibe zine(4). Mase uyakugqula kube impuphu. Mase uyakupheka ndawonye ngamanzi angango jeke kubilisise. Mase kubila ufake ama qhuzu amabili e-Alam Stone. Ugoqoze mase uyacisha istofu. Mase ukusefisisa kahle nge ndwangu. Done. πŸ˜…

Uma usufuna ukuchatha, thatha inkomishi uthele into engango half ngoba uzobe uqala ukuysebenzisa le mbiza. Uchathe mase uyakuminca for as long as you can. Kuzoku khipha ke mase usobaba πŸ†ema ngezinyawo. Uzozwa lapho ukuthi ikukhiphe kanjani, then usungehlisa noma unyuse isikalo sakho for next time. {{Uyakufudumeza awuchathi ngento ebandayo}}.

Siqaphele kwi Alam Stone, alifakwa kakhulu. β€ΌοΈπŸš« Yiloko nje. πŸ‘πŸΎπŸ§ŽπŸΎβ€β™‚οΈ




11/05/2026

Ngikhona eking William town kusasa

04/06/2025

Ndikhona namhle emthatha book for your consultant 0789751714

08/05/2025

Book your appointment ndisemtata nge 4,5,6,7 and 8 June 2025 call me sibonisane nokuthi ufanelwe yintoni 0789751714

06/02/2025

Ngikhona eMthatha mhla 03,04,06,07 and 08 March 2025 bhalise ugasali sikhona nezigubu zikha R6500 sondela sikuphakamise contact 0677828861

what can we do as African healers to improve our healing

22/01/2025

Uma ubangwa izidalwa
1.impepho yasekhaya
2.umlotha wasekhaya
3.ibomvu
4.umcako
5.isinemfu
6.ubulongwe benkomo
7.ubisi lwenkomo
Hlanganisa zonke lezinto uyogeza emfuleni ukhulume uthi awphele umbango wezidalwa
Uphinde ugezele egcekeni or esbayeni .

Vika esichitho
1. uMaphipha ikhubalo
2. Unukani
3. ingwavuma
Gquma phalaza 3days

Ukphathwa amazinyo or izinsini
1.itiye lentaba
2.impepho yasekhaya
Xubha

Uphathwa indlebe
Amafutha kaxamu consisela endlebeni.

Lagadla ladlula ihlongandlebe inganengezwa.
Thana Mbongolo

28/08/2024
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Tembani Penxa, VJ Mxunyelwa, Sipho Edward Sibizo, Khanyil...
28/08/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Tembani Penxa, VJ Mxunyelwa, Sipho Edward Sibizo, Khanyile Susani, Busisiwe Phika, Queen Vuvu, Thandiwe Thandie Diko, Aneleh M Mandlakazii, Malusi Nduneni, Jojo Jojo, Siyavuya Mlilo, Sphamandla Nhlenyama, Simphiwe Gosani, Stera Mkumla, Zakhele Mathebula, Mnelisi Wethu, Thembelani Shongololo Mepho, Siyabonga Masinda, Vumithongo Xhonywa, Siphosetu Skosana, Readon Daves, Izinja Zegame Izinja Zegame, Jobe EZ Sobhaybhile, Phumelelo Rh, Stevi Kabasi, Lungelo Shamase, Makhosih Mhlongoh, Liphumile Mageba Ntenteni, Siphesande Mtyotywa, Siya Igcokama, Wanda Valashiya, Onkutlwile Madala, Tlali Tlali, Qetelo Tau, Nkosi Nkosi, Paulos Njoko

07/08/2024

Thola esakho isigubhu sezitha 0789751714

Address

Bisi Location A/A
Flagstaff
4810

Telephone

+27789751714

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izangoma Flagstaff/Lusikisiki and PSJ posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Izangoma Flagstaff/Lusikisiki and PSJ:

Share