Omakoti Base KZN

Omakoti Base KZN Welcome to Omakoti base KZN. We provide an open source of emotional & mental healing.

In a nutshel, Omakoti base-KZN is a women-lead society that is aim at reaching out to all South African wives facing different kinds of marriage problems.

03/06/2022

Sanibonani uyazi kunabantu okuthi mawusenkingeni bewomama basizakala ngokubasenkingenikwakho bakwenze nhlekisa babanye abantu asimeni ndawonye bafazi sibambane ungagiyi nenkinga yomunye muntu siyibhokodo minanje bokoti kunzima engibhekenenakho kuyasinda but ngisamile ngi strong kunjalo asithwalisane sindayisanini ngoba okwehlele Mina nawe kungakwehlela so ungafaki sawoti komunye mfazi esilondeni. Noma kungaqamika bani athini ngawe akumelanga usizakale wena mama nalokho πŸ™πŸ™

28/05/2022

Morning bokoti kazi kusuke sekwenzenjani uma ntombi yeseka isicitha muzi we ndoda eshadile bese iyazincoma ithi ngikhipha mfazi Mina πŸ€” ikhohlwe kuthi bayoqamuka bayikhiphenayo.niyabona kodwa sixabana sodwa sixabaniswa ilamaxoki angamadoda and siyi hlekisa kuwona mase silwa sodwa asish*tshe ukwenza mbokodoπŸ™ love you all bomama nibe ngoqebelo omnandi.πŸ’

22/05/2022

Happy Sunday mbokodo kodwalenvula ayiyenzanga imonakalo ngalapho khona ngoba inilebo???

21/05/2022


Ngi ngakhuluma kushone ilanga nabantu besilisa.
πŸ€”Wena ungathi just 1 word azikhale

21/05/2022

Morning bhokodo kuyisabatha ngethembe nilalekahle abayofihla bafihlekahle bayoshadisa kuhambe kahle a bayocimbiza baphepheπŸ™

20/05/2022

Ngiyabingelela kulelikhaya ngixolise ukunyamalala bo ngi lomuntu othi mayebhekene nento engephezu kwamadla akhe ngiyahlulekasisi Kuba sezinkundleni zokuxumana. I'm sure a ngingedwa owenzanhalo ni yaphila kodwa??

12/05/2022

Family ngithi kunomama isiphi isimo obhekenenaso sizodlula and sizodlula sikukhulekise ngokwempilo and u will be very strong as woman. Amen πŸ™

12/05/2022

Morning family kuwu sukulomama ngithinje a sikhulekele imishado yethu kunzima bo kwabanye bethu. Nibe nosuku oluhle❀️

09/05/2022

Sesolalanje awudlile nesithakazelo sentombi eyakuzalayo. Mahlobo, Mpangazitha. Nilalekahle family love u all πŸ’πŸ’

09/05/2022

Ninjani kodwa zithandwazami zami ayibo ayisazani kodwa belunjani ukukulweni lomama izolo happy mothers day to you guy's πŸ’

Kulababayizolo sanilindile sekhona ur site guys makukhona business olenzayo uyonikezwa ithuba usicobelele ngalo azishe k...
06/05/2022

Kulababayizolo sanilindile sekhona ur site guys makukhona business olenzayo uyonikezwa ithuba usicobelele ngalo azishe ke πŸ’ƒπŸ’ƒ14 May wozani guys let me and greet kobekumandi kudelile kwakobani ukuphiwamahala Mbiza YomhlumoπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒ

04/05/2022

Ngethembe bekuwusuku olufana nezinye insuku akukho okubi sesolalanje bayabuka bantu kusasa πŸ˜œπŸ™ˆ naba no Enzo bafina danoni πŸ˜πŸ˜‹

Address

27 St James Road
New Germany
3610

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 15:00
Sunday 08:00 - 12:00

Telephone

+27670394331

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Omakoti Base KZN posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Omakoti Base KZN:

Share