07/05/2026
Copied‼️‼️
Umntwana wethonga / wedlozi ❤️🐆🪔🧜🏻♀️
✝️Umtwana wethonga unozwelo akathandi ukubona Umuntu osenkingeni ohluphekile ufisa ukumsiza
✝️Uyasaba ukubhekana nobunzima, kodwa futhi Uyakwazi ukubhekana nabo
✝️Yazi umtwana wethonga Uyawasaba amanzi, Uma esondela emanzini uba nemicabango eminingi
✝️Kunokugula okubathandayo, ikhanda ,amazinyo, iqolo, izindlebe, izinyawo
✝️Unokuvalekelwa yizindlebe ezwe ngathi kuhuba umoya phakathi ngathi kuheleza namanzi umsindo wezinsimbi nezitimela.
✝️Umtwana wethonga unozwelo kodwa
akakwazi ukuncenga uyaduba engakuduba iminyaka ephume kuwe
✝️Yaz unako ukuzithwala akancengi okubuye kumenze azondwe umndeni ngoba akakhothami Kubo
✝️Yazi ave enesikhwele kodwa futhi uyakwazi ukufela ngaphakathi
✝️Ave enogazi ezinganeni encane,amakhehla izalukazi ngisho izinhlanya zithanda nokumcela nemali
✝️Unesithunzi akangeneki kalula ngisho umazi ukuthi Umuntu olungile
✝️Abantu Uma bembingelela bavamise ukuthi Sanbona engathi babingelela abantu abaningi ebe eyedwa
✝️Yazi uba yivila ufuna ukulala nje everytime
✝️Uyathanda ukwenza izinto eziningi ngesikhathi esisodwa & Uthanda ukwenza into iphele manje akawathandi amacozucozu ufuna
kusheshe
✝️Uyathanda ukuba yedwa nje futhi uzizwa right Uma eyedwa
✝️Abantu bathanda ukumcela imali bambona ngathi unemali lapho Unezinkinga ezingaphezu kweminyaka yakhe kodwa usuke enawo ama plans amaningi kodwa uthole ukuthi akwenzeki lutho
✝️Umtwana wethongo uyakwazi ukwazi ngawe Uma efuna, uyafika emaphusheni akhe noma aku senser nje ukuthi isimo sakho sinjani
✝️Yazi bayamthanda Abathakathi inkinga bayahluleka, lapho akaziqinise ngalutho
✝️Unomzimba odikizayo isikhathi esiningi
✝️Yazi unokuthi abemuhle abe right, uthi uyabuka ngelinye ilanga mubi nje ngathi imfene.
✝️Yazi emzimbeni uyehla uyenyuka, ehle emzimbeni abuye abuyise aberyt
✝️Unokubuye afikelwe wusizi nje kuthi akakhale kakhulu