08/05/2026
Dr Dba Port Shepstone +27793393160
Awukhande isigubhu noma uphondo uma une business
# inhlabathi yethuna ongalazi
# Duma phansi
# amafutha endlovu
# Ikhekhe lenyosi
# amafutha emvubu
# Ithambo lenkwazi
# amafutha engwe
# wozawoza
# amafutha enhlwathi yamanzi
# amafutha emamba
# amafutha esotha
# amafutha kaxamu
# vuka bonke
# Amafutha eSadawana
# Amafutha omhlakuva
# Ithambo lomkhovu
# Nhlanhlemhlophe
# Umlotha wamandiya
# Amafutha omhlakuva
Hlanganisa konke uhambe uyosibeka entabeni u light amakhandlela amhlophe ayi 7 usikhulumise ucele sidonse inhlanhla magumbi amane komhlaba usho konke okusenhlizweni.
ukuhlambulule
Ngenkukhu ufake inyongo yayo lenkukhu emhlophe uzobe sewuthatha i plate emhlophe ufake impuphu usibeke phezulu kwempuphu ubeke nama R1 ayi 5 ama silver coins lesi sgubhu sidla Uju kuphela lesgubhu ungasibeka lapho osebenzela khona usifihle okanye usibeke lapho ohlala khona lesgubhu esenhlanhla asinabo ubungozi asiphakanyiswa ethuneni sidonsa inhlanhla magumbi amane omhlaba kodwa izingane azingadlali eduze kwakho kepha asinankinga uma uhlala nomndeni ekhaya ungalali nomuntu wesfazana lapho sihlala khona ngoba uyasingcolisa uma singasakusebenzeli kahle uzobuye uthi ngakuqola ngakunika into engasebenzi okanye wamosha imali yakho uhlanganisa isigubhu kanti asisebenzi🐍🐅
Onezindlebe uzwile uma ungezwanga ungfonele🧏🏽♂️uma udinga ngikukhandele ngokwami sihambisane nezigezo zakhona zokususa amathunzi amnyama sibuyise idlozi elathwetshulwa sikhuphule nenhlanhla yakho sikhona esihlangene ngyaposa kwabakude ngoba ngyakhona ukusivala kanti futhi asijulile njenge sthwalo
Call or whatsapp
+27793393160